umhlakuva umuthi

Umhlakuva plant in english is called castor oil plant. UMHLAWOKUFA abanye bawubiza kanjalo lomuthi uyinkunzi uNjalo ungena Ezintweni Eziningi Ngoba Ngisho Umuntu Ehlushwa iSatanist Ayalikhipha Iyodwa Lenkunzi Ngisho Uphakathi Kwabantu Abasatshwayo Isithunzi Asikuhaqi Kanti Abanye Bayathwala Ngawo. Umuthi wezinso uyaphuma kulesihlahla kuthiwa uma uhlushwa izinso thatha amacembe alesihlahla ayasiza. Umhlakuva ukhona obovu kube khona oluhlaza ungadideki yomibili iyafana futhi isebenza ngokufana emithini unless ugobela wakho ekutshelile ukuthi sebenzisa omuphi. umuthi wombandamu? Umhlafutho uyasiza futhi nakumuntu ophethwe noma Onom'bandama iyawuqeda. Umuthi wokubulala? uma ucuphe ngawo lomuthi uyabulala futhi.

umhlakuva pictures

umhlakuva umuthi picture photo umhlakuva umuthi wenzani uses isithombe

ukuphupha umhlakuva umuthi

Amaphupho ngomuthi umhlakuva, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi umhlakuva? ukuphupha umuthi umhlakuva ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

video ngezansi efundisa ngomhlakuva umuthi

Ihlala/ihlali isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Liyadliwa kodwa abantu abaningi iyabahlanzisa uma beyidla, usetshenziswa emithini yesibambelelo. usetshenziswa emithini yokubuyisa idlozi, usetshenziswa emithini yezitha, iyangena emithini yokubethela umuzi, ibulala imithi egcekeni kubuse yona, imbelwa emakhoneni ekhaya ifakwa neminye imithi. Njengoba igama lithi ihlala, uyawutshela lomuthi ukuthi awuhlale ugade ikhaya.
Umzongwane isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuthandeka, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuthandwa abelungu. usetshenziswa emithini evika abathakathi. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo.
Dumba kasibumbu isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yesibambelelo, usetshenziswa emithini yokuthandeka, usetshenziswa emithini eyenza umuntu afise ukulala nawe.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp